Owesilisa obefesa ucishe wamunciswa isitho sangasese yindiya lasePhoenix
Luphenywa amaphoyisa udaba loMlisa obefesa wacishe wamunciswa isitho sangasese yindiya lasePhoenix
Usababaza ibhadi elimehlele umlisa oneminyaka engamashumi amathathu nane (34) wase Bhambayi ngase Geneva ochaze ukuthi ubefesa wahlangana nendiya ebelihamba nge GTI emhlophe lamthembisa ukumyisa kwenye yamafemu endleleni kubhekwe khona libe selishintsha lahamba ngenye indlela lambhozomela limkhombe ngesibhamu lithi akamkhothe loMlisa uvele wathi lutho akvele kufe ofayo kwaba zinkani zababili kwashiyana ukondla kwabazali walishaya indiya isibhamu sagcina ngakuye lelindiya libe seliphuthaphutha isibhamu kuDeshboard qede loMlisa wavula isicabha wabaleka
Uthi emotweni kusale ama Documents akhe abekwi File kuymanje usakhalela wona kwasona lesibhamu asiwinile ese Gas. "Ngicabangile ukuthi ngimenze ngesikhathi engicela bengzovele ngimhlanhanise ngemhlathi ngimuthi ngqi ngibuye ngazikhuza futhi kusho loMlisa.
Uxwayisa abasafuna imsebenzi ukuthi bengalutheki kalula ziningi izigebengu la ngaphandle.
Umthombo: https://www.facebook.com/share/p/1EvvQSY6Vr/

Post a Comment